ZU/Prabhupada 0001 - Expand to Ten Million

Revision as of 23:56, 16 October 2017 by Vanibot (talk | contribs) (Vanibot #0005 edit: add new navigation bars (prev/next))
(diff) ← Older revision | Latest revision (diff) | Newer revision → (diff)


Lecture on CC Adi-lila 1.13 -- Mayapur, April 6, 1975

Prabhupada: uCaitanya Mahāprabhu utshela onke ama-achariya... ukuthi uNityānanda Prabhu, uAdvaita Prabhu no Śrīvāsādi-gaura-bhakta-vṛnda, ngabathwali oda ba ka Śrī Caitanya Mahāprabhu Zama ke ukulandela konke abakushoyo. Impilo yakho ke izo kuphumelela. Ukuba yi-achariya akusikho nzima. Zama kuqala, ukuba umlandeli we-achariya yakho, landela kahle konke akushoyo. Zama ukumthokozisa, ubasakaze ulwazi ngoKrishna. Kulokho kuphela. Akusikho nzima. Zama ukulandela iimfundiso zomkhokheli wakho kwi Krishna Consciousness, ubasakaze ulwazi ngoKrishna. Lowo ngumyalelo weNkosi, uCaitanya Mahaprabhu.

āmāra ajñāya guru hañā tāra' ei deśa
yāre dekha tāre kaha 'kṛṣṇa'-upadeśa
(CC Madhya 7.128)

"Ngokulandela imiyalelo yami, ubanguye umholi ngokomoya." (usho uCaitanya) Uma silandela uhlelo we achariya ngokuqinile zimame konke esinako ubasakaza imiyalelo kaKrishna. Yāre dekha tāre kaha 'kṛṣṇa'-upadeśa (CC Madhya 7.128). Kunezinhlobo ezimbili ze krsna-uphadesha. Uphadesha yimiyalelo. Imiyalelo ezinikezwe nguKrishna, naloko yi-"Krishna-uphadesha", nemiyalelo futhi enikezwa ngaye uKrishna, naloko yi-"Krishna-uphadesha". Kṛṣṇasya upadeśa iti kṛṣṇa upadeśa. Samāsa, śāsti-tat-puruṣa-samāsa. Futhi Kṛṣṇa viṣayā upadeśa, naloko yi-Krishna uphadesha. Bāhu-vrīhi-samāsa. Oku yindlela yokuhlaziya uhlelo le-Sanskrit. Ngoko ke imiyalelo (upadeśa) kaKrishna yi-Bhagavad-gītā. Unikeza ngqo imiyalelo. Ngoko ke, umuntu osabakaza i-Krishna uphadesha, uphinda loko kushiyo nguKrishna, nawe ube yi-achariya, umholi ngokomoya. Akunzima. Konke kushiwo lapha. Kumele nje sikuphinde nje ngopholi. Hhayi ncamashi nje ngopholi. Upholi akezwa okusho, uyavevezela kuphela. Kodwa wena kumele uzwe okusho futhi; kungenjalo uzokuchaza njani? Kanjalo, sifuna ukusabaza ulwazi ngoKrishna, iKrishna Consciousness. Zilungise nje wena ukuphinda imiyalelo ka Krishna ungaphazami. Ukuze, esikhathini esizayo....Cabanga ukuthi unamankulungwane ayishumi Sizowandisa abe abayizinkulungwane ezingamakhulu Yiloko okufuneka. Asuke kwizinkulungwane ezingamakhulu ahlule le, aphinde futhi ahlule.

Abalaleli: Haribol! Jaya!

Prabhupada: Ngoko ke angeze kube khona ukuntuleka wama-achariya, nabantu bazoyizwa iKrishna Consciousness kalula. Yenzani ke lo nhlangano. Ungakhukhumezeki ngamanga. Landela imiyalelo ye-achariya uzame ukuzikhulisa, uphumelele. Kuzokubalula ukulwa i-māyā Yebo, ama-achariya amemezela impi kwimisebenzi ka-māyā.